Oswald Chambers: Ukuthula- Impilo kuMoyaIsampula

Oswald Chambers: Peace - Life in the Spirit

USUKU 21 KWEZINGU- 30

Ngemva kokuzalwa kabusha umuntu uzwa ukuthula, kodwa ukuthula okugcinwa ezingeni lempi. Isimo esingalungile asisenyuki, kodwa sisekhona, futhi umuntu uyazi ukuthi sikhona. Uyazi ukuthi kukhona esinye isipiliyoni, ngezinye izikhathi uba nokujabula, ngezinye izikhathi abe nokudangala; kungabi khona ukusimama, kungabikhona ukunqoba ngokomoya. Ukuthatha lokhu njengesipiliyoni sensindiso egcwele kungukufakazela ukuthi uNkulunkulu akafanelekile ekwesuleni.

Ukuba ngokholwa kuJesu Kristu kusho ukuqonda ukuthi lokho uJesu akusho kuThomasi kuyiqiniso: "Mina ngiyindlela, iqiniso, nokuphila." Ujesu akayona indlela esishiya ngemuva lapho sihamba, kodwa uyiNdlela uqobo lwayo. Ngokukholwa, singena kulokho kuphumula kokuthula, ubungcwele, nokuphila okuphakade ngoba sihleli kuYe.

Imibuzo Yokuzindla: Luhlobo luni lokuthula esiluthola ngokuphoqa? Kuthatha ukuthini ukugcina lolo hlobo lokuthula? Kudingekelani ukuvumelana noNkulunkulu ukuze kube khona ukuthula kwangempela?

Izicaphuno ezithathwe Kwi- Biblical Ethics and Approved Unto God© Discovery House Publishers
Usuku 20Usuku 22

Mayelana naloluHlelo

Oswald Chambers: Peace - Life in the Spirit

Ukuthula: Impilo kuMoya ingumgcinimafa okhuthazayo wezingcaphuno kwimisebenzi ka Oswald Chambers, umbhali othandekayo nozinikele kumhlaba wonke futhi ongumbhali we My utmost for His Highest. Thola ukuphumula kuNkulunkulu mase uthola ukuqonda okujulile kokubaluleka kokuthula kukaNkulunkulu empilweni yakho.

More

Sithanda ukubonga i Discovery House Publishers ngokunikeza ngalolu Hlelo. Ngeminiye imininingwan, sicela uvakashele: www.utmost.org.tv