Oswald Chambers: Ukuthula- Impilo kuMoyaIsampula

Oswald Chambers: Peace - Life in the Spirit

USUKU 20 KWEZINGU- 30

Ukuthula okugxilile kungubufakazi obukhulu bokuthi ngimi kahle no Nkulunkulu, ngoba ngikhululekile ukuphendukela umqondo wami kuYena. Uma ngingemile kahle noNkulunkulu angeke ngiphendukelise umqondo wami kunoma yikuphi kodwa kimina kuphela. Uhlukumezeke kabuhlungu njengamanje, uphazanyiswa amagagasi nezivunguvungu zemvume ya Nkulunkulu yokuzikhethela? Usuguqule, ngaleyondlela, amadwala okuhkolwa lwakho, usazithola ungenakuthula, injabulo noma ukududuzeka - konke kuyihlane? Ngakho ke bheka phezulu wamukle ukungakhathazeki ke Nkosi yethu uJesu Krestu. Ngaphezulu nakumaqininso empi nobuhlungu nobunzima Uyabusa, ngokuthula.

Ngaphambi kokuthi uMoya kaNkulunkulu ulethe ukuthula emqondweni kumele aqale akhuculule udoti, kanti ngaphambi kokuthi enze loko kumele asiphe ukuqonda ukuthi yini udoti.

Imibuzo yokuzindla: Ingitshelani ngoxolo imicabango yami yomona? Yimiphi imicabango yokukhathazeka engidinga ukuyisusa emqondweni wami ukuze ngibe nokuthula no Nkulunkulu nabanye abantu?

Izicaphuno zithathwe ku Christian Discipline and Servant as His Lord, © Discovery House Publishers
Usuku 19Usuku 21

Mayelana naloluHlelo

Oswald Chambers: Peace - Life in the Spirit

Ukuthula: Impilo kuMoya ingumgcinimafa okhuthazayo wezingcaphuno kwimisebenzi ka Oswald Chambers, umbhali othandekayo nozinikele kumhlaba wonke futhi ongumbhali we My utmost for His Highest. Thola ukuphumula kuNkulunkulu mase uthola ukuqonda okujulile kokubaluleka kokuthula kukaNkulunkulu empilweni yakho.

More

Sithanda ukubonga i Discovery House Publishers ngokunikeza ngalolu Hlelo. Ngeminiye imininingwan, sicela uvakashele: www.utmost.org.tv