Oswald Chambers: Ukuthula- Impilo kuMoyaIsampula

Oswald Chambers: Peace - Life in the Spirit

USUKU 30 KWEZINGU- 30

UJesu "uyinkosi yokuthula" ngoba kuYena kuphela abantu bangaba nentando kaNkulunkulu nokuthula emhlabeni. Siyambonga uNkulunkulu, ngeNdodana yakhe ethandekayo ukuthula okukhulu kukaNkulunkulu kungafika kuzozonke izinhliziyo nakuzo zonke izizwe phansi kwezulu, kodwa angeke kufike ngenye indlela. Akekho kithi ongakwazi ukuthanda okuhle kuNkulunkulu uma singalaleli iNdodana Yakhe. Indlela yodwa yokuthula, nokusindiswa namandla futhi kukho konke uNkulunkulu anakho endleni yokubusisa kanye nezibusiso kithi ngabanye nangenxa yezwe lonke kukuyo iNdodana yomuntu.

Lapho inkulumo ethi " ukuhlupheka kweNkosi yethu" isetshenzisiwe kusho ukuguquka kokuthula, namandla kanye nokubekezela.

Imibuzo yokuzindla: ngaziphi izindlela engizama engizama ukwenza ukuthula noNkulukulu ngaphandle kokuhamba kweNdodana Yakhe? Ngabe ukuthula kwami kunesidingo noma i-lethargic? Iziphakamiso ezithathwe ku-He Will Glorify Me (copy) Discovery House Publishers
Usuku 29

Mayelana naloluHlelo

Oswald Chambers: Peace - Life in the Spirit

Ukuthula: Impilo kuMoya ingumgcinimafa okhuthazayo wezingcaphuno kwimisebenzi ka Oswald Chambers, umbhali othandekayo nozinikele kumhlaba wonke futhi ongumbhali we My utmost for His Highest. Thola ukuphumula kuNkulunkulu mase uthola ukuqonda okujulile kokubaluleka kokuthula kukaNkulunkulu empilweni yakho.

More

Sithanda ukubonga i Discovery House Publishers ngokunikeza ngalolu Hlelo. Ngeminiye imininingwan, sicela uvakashele: www.utmost.org.tv