Oswald Chambers: Ukuthula- Impilo kuMoyaIsampula
Uma sizalwa kabusha ngokusuka phezulu, sivuswa futhi sikhuliswa nguNkulunkulu, sithola ukuthi kungenzeka ukucabangela iminduze ngoba asinakh ukuthula kukaNkulunkulu kuphela, kodwa ukuthula okwenza uJesu Kristu abe nguYena. Sihlezi ezindaweni zasezulwini kuKristu uJesu. Izindlela endala zokwenza izinto, ukuxakeka okudala nemvimba kufile, kanti siyizidala ezintsha kuKristu Jesu. Kulolo kudalwa okusha kuvuka ukuthula okwabonakala kuJesu Kristu.
Lapho uNkulunkulu esikhuphulela ezindaweni zasezulwini, Udlulisela kithini lobo bumsulwa buka Jesu Kristu. Yilokho okushiwo ukuphila okungcwele - ukuthula Kwakhe akungaphazamiseki, amandla akhe angenakuzanyazanyiswa, angenakuphikiswa, nobungcwele bakhe obungenakuqondeka, okucolekile ngokuphelele.
Imibuzo yokuzindla: Ingabe ngizikhathaza futhi ngidinwe yiko konke okungiphazamisayo noma ngiyacabanga ukuthi mhlambe zibekelwe ukungithiba zingenze ngibone okubalulekile ebengingase ngingakuboni?
Izicaphuno zithathwe ku- Our Brilliant Heritage, © Discovery House Publishers

UmBhalo
Mayelana naloluHlelo
Ukuthula: Impilo kuMoya ingumgcinimafa okhuthazayo wezingcaphuno kwimisebenzi ka Oswald Chambers, umbhali othandekayo nozinikele kumhlaba wonke futhi ongumbhali we My utmost for His Highest. Thola ukuphumula kuNkulunkulu mase uthola ukuqonda okujulile kokubaluleka kokuthula kukaNkulunkulu empilweni yakho.
More
Sithanda ukubonga i Discovery House Publishers ngokunikeza ngalolu Hlelo. Ngeminiye imininingwan, sicela uvakashele: www.utmost.org.tv