Oswald Chambers: Ukuthula- Impilo kuMoyaIsampula

Oswald Chambers: Peace - Life in the Spirit

USUKU 22 KWEZINGU- 30

Ukuqalisa kwezikhathi ezibalulekile kanye nempucuko kubonakala emva kwesikhathi sengathi yinto nje uNkulunkulu avele ayiphonse ngendlela exakile futhi engenakunaka. Into emangazayo kumiqulu yamandulo ukuthi isikhathi ngasinye siphetha ngenhlekelele. Usanti uyazi ukuthi uNkulunkulu uyabusa, nokuthi amafu aluthuli nje lwezinyathelo zika Baba ngakhoke akadingi ukwesaba. Uzizwa enesiqiniseko sokuthi lezinhlekelele ezenzekayo ziyingozi nje kuphele, kanti ukuthula okuphakeme kanye nesimilo esimsulwa kuzoba imiphumela yaphakade. Umlando ugcwalisa iziphorofitho zikhathi zonke.

Indlela yokuthula kithina ukuthi sizinikele ku Nkulunkulu simcele ukuthi asihlole, hhayi ukuthi sicabanga ukuthi singobani, noma ukuthi abantu bacabanga ukuthi singobani, noma ukuthi sizitshela ukuthi singobani noma singathanda ukuba yini, kodwa, " ngihlolisise, Nkulunkulu, ungiphenyisise ubumina boqobo emehlweni akho."

Imibuzo yokugxila: Kuchazani ukuwa komashiqela ngomthelela wokuthula okucindezelwa ngawo abantu? Ungifundisani umlando ngokuzama kwabantu ukwenza ukuthula?

Izicaphuno zithathwe ku- God’s Workmanship and Biblical Psychology, © Discovery House Publishers
Usuku 21Usuku 23

Mayelana naloluHlelo

Oswald Chambers: Peace - Life in the Spirit

Ukuthula: Impilo kuMoya ingumgcinimafa okhuthazayo wezingcaphuno kwimisebenzi ka Oswald Chambers, umbhali othandekayo nozinikele kumhlaba wonke futhi ongumbhali we My utmost for His Highest. Thola ukuphumula kuNkulunkulu mase uthola ukuqonda okujulile kokubaluleka kokuthula kukaNkulunkulu empilweni yakho.

More

Sithanda ukubonga i Discovery House Publishers ngokunikeza ngalolu Hlelo. Ngeminiye imininingwan, sicela uvakashele: www.utmost.org.tv