Oswald Chambers: Ukuthula- Impilo kuMoyaIsampula
Iningi labantu aliboni lutho olubi, kanti izinkulumo zabaphurofethi abafana no Jeremaya zingumbhedo. Asisoze sabhekana nezinto ezingezona, ngaphandle kwa Nkulunkulu, singasangani. uma isono kuyinto engelutho futhi singashumayela ngokuphiliswa kwabantu futhi silethe ukuthula kunoma iyiphi indlela, ngakho ke inhlekelele yesiphambano yaba yiphutha elikhulu. Ukuphila impilo efihleke noKristu ku Nkulunkulu kusho ukuthi ngesinye isikhathi siyabona ukuthi abesilisa nabsimame banjani ngaphandle kwa Nkulunkulu, ngokubona kuka Nkulunkulu, futhi kusho ukubakhulekela ngokuzikhandla, ngesikhathi bona besizwela ubuhlungu.
Susa kimi amaphutha afihlekile. Susa inceku yakho ezonweni zokuziphakamisa. Oh sengathi ngingakubona uphakamisa kimi ukuthula Kwakho nobumsulwa!
Imibuzo yokugxila: Yini ndaba kufanele sicacelwe ngokusobala ukuthi yini engafanele ngaphambi kokuba siqondiswe? Kungani kunzima ukwenza uxolo lapho kukhona khona isono? Yini kudingeka ubumsulwa ukuze kube khona ukuthula
izicaphuno zithathwe ku- Notes on Jeremiah and Knocking at God’s Door, © Discovery House Publishers

UmBhalo
Mayelana naloluHlelo
Ukuthula: Impilo kuMoya ingumgcinimafa okhuthazayo wezingcaphuno kwimisebenzi ka Oswald Chambers, umbhali othandekayo nozinikele kumhlaba wonke futhi ongumbhali we My utmost for His Highest. Thola ukuphumula kuNkulunkulu mase uthola ukuqonda okujulile kokubaluleka kokuthula kukaNkulunkulu empilweni yakho.
More
Sithanda ukubonga i Discovery House Publishers ngokunikeza ngalolu Hlelo. Ngeminiye imininingwan, sicela uvakashele: www.utmost.org.tv