UJeremiya 6:13-14

UJeremiya 6:13-14 ZUL59

“Ngokuba kusukela kwabancane babo kuya kwabakhulu babo bayaphanga impango bonke, nabaprofethi nabapristi bonke baqamba amanga. Bapholisa kalula ukulimala kwabantu bami, bathi: ‘Ngukuthula, ngukuthula,’ kepha akukho ukuthula.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UJeremiya 6:13-14