Oswald Chambers: Ukuthula- Impilo kuMoyaIsampula
Umthombo wokuthula unguNkulunkulu, hhayi mina; akukaze kube sekuthuleni kwami kodwa njalo kokwaakhe, kanti uma ehoxa, akukho. Uma ngivumela noma yini ukuthi ifihle ubuso, isibonakaliso, inkumbulo, umcabango weNkosi yethu uJesu kimi, kuyoba ukuthi ngiphazamisekile noma nginokuphepha kwamanga.
Nkosi, enhliziyweni yami namhlanje ekuseni kunesixuku sezinto ezincane ezicindeelayo manje ngiziletha ngqo phambi kwakho. Ngokuhlakanipha kwakho, yithi, "Uxolo, thula!" Futhi sengathi impilo engiyalileyo ingavuma ubuhle bokuthula Kwakho.
Imibuzo Yokuzindla: Kwenzekani uma ngizama ukwakha ukuthula okusuka ngaphakathi? Yini engiyivumela ukuba ingene phakathi kwami noNkulunkulu? Yikuphi ukuphepha okungekona engidinga ukukuqaphela? Yiziphi izinto ezincane ezemboza impilo yami futhi zifihle ubuhle ubuhle bokuthula kukaNkulunkulu?
Izicaphuno zithathwekwi-Christian Discipline and Knocking at God’s Door, © Discovery House Publishers

UmBhalo
Mayelana naloluHlelo
Ukuthula: Impilo kuMoya ingumgcinimafa okhuthazayo wezingcaphuno kwimisebenzi ka Oswald Chambers, umbhali othandekayo nozinikele kumhlaba wonke futhi ongumbhali we My utmost for His Highest. Thola ukuphumula kuNkulunkulu mase uthola ukuqonda okujulile kokubaluleka kokuthula kukaNkulunkulu empilweni yakho.
More
Sithanda ukubonga i Discovery House Publishers ngokunikeza ngalolu Hlelo. Ngeminiye imininingwan, sicela uvakashele: www.utmost.org.tv