Oswald Chambers: Ukuthula- Impilo kuMoyaIsampula
Kuyibhizinisi elilula ukushumayela, into elula kakhulu ukutshela abanye abantu ukuthi benzeni; Kungenye into ukuba nomlayezo kaNkulunkulu uphenduke ube yibhumarenge- "Uye wabafundisa laba bantu ukuthi kufanele bagcwale ukuthula nenjabulo, kodwa kuthiwani ngawe? Ingabe ugcwele ukuthula nenjabulo? " Ufakazi oqinisile yilowo ovumela ukukhanya kwakhe kukhanye emisebenzini ebonisa isimo sikaJesu; yilowo ophila iqiniso alishumayelayo.
Indlela yokuphila kukaNkulunkulu izibonakalisa ngenjabulo esekuthuleni okungenaso isifiso sokudumiswa. Uma umuntu ehambisa umlayezo awaziyo uukuthi ongoka Nkulunkulu, ubufakazi bokugcwaliseka kwenhloso edaliwe bunikezwa ngaleso sikhathi, ukuthula kukaNkulunkulu kwehlela phansi, kanti umuntu akabi nandaba nokudumiswa noma ukugxekwa yinoma ngubani.
Imibuzo Yokuzindla: Yiliphi iqiniso engilishumayela ngaphezu kokuthi ngiliphilai? Ingabe kukhona ukungqubuzana okungaxazululiwe phakathi kwami nomunye umuntu onjengethunzi elivimbe ukukhanya kukaKristu kimi? Yikuphi ukuziphakamisa okungivimba ukuthi ngenze uxolo?
Izicaphuno ezithathwe ku-Love of God, © Discovery House Publishers

UmBhalo
Mayelana naloluHlelo
Ukuthula: Impilo kuMoya ingumgcinimafa okhuthazayo wezingcaphuno kwimisebenzi ka Oswald Chambers, umbhali othandekayo nozinikele kumhlaba wonke futhi ongumbhali we My utmost for His Highest. Thola ukuphumula kuNkulunkulu mase uthola ukuqonda okujulile kokubaluleka kokuthula kukaNkulunkulu empilweni yakho.
More
Sithanda ukubonga i Discovery House Publishers ngokunikeza ngalolu Hlelo. Ngeminiye imininingwan, sicela uvakashele: www.utmost.org.tv