Oswald Chambers: Ukuthula- Impilo kuMoyaIsampula
Ukuthi "uthule kuNkulunkulu" akusho ngokwemizwa nje kuphela, noma ukulahleka emicabangeni yakho, kodwa kusho ukungena ngenhloso phakathi kwezinto zika Nkulunkulu nokugxila kuye. Uma ungene ebuhlotsheni noNkulunkulu ngokuKuhlawulelwa kweNkosi uJesu Krestu futhi ugxile kuye, uzothola izikhathi ezimnandi zokuhlanganyela. Njengoba ulindela uNkulunkulu kuphela, ugxila ezintweni ezikhazimulayo zensindiso yaKhe, kuzafika kuwe ukuthula kukaNkulunkulu, ukuqiniseka ngokuthi ukhona lapho uNkulunkulu enza khona ngokwentando yakhe.
Ukuthula esikunikwa nguMsindisi wethu yinto ejulile kakhulu engatholwa umuntu, inguMninimandla onke, ukuthula okudlula konke ukuqonda.
Umbuzo Wokuzindla: Sengingenile yini "ekuthuleni okulele" kukaNkulunkulu lapho ngiphumule khona ngokuphelele ngoba ngiyazi ukuthi uNkulunkulu usebenza ngami, angisebenzeli uNkulunkulu?
Izicaphuno zithathwe ku-The Place of Help, © Discovery House Publishers

UmBhalo
Mayelana naloluHlelo
Ukuthula: Impilo kuMoya ingumgcinimafa okhuthazayo wezingcaphuno kwimisebenzi ka Oswald Chambers, umbhali othandekayo nozinikele kumhlaba wonke futhi ongumbhali we My utmost for His Highest. Thola ukuphumula kuNkulunkulu mase uthola ukuqonda okujulile kokubaluleka kokuthula kukaNkulunkulu empilweni yakho.
More
Sithanda ukubonga i Discovery House Publishers ngokunikeza ngalolu Hlelo. Ngeminiye imininingwan, sicela uvakashele: www.utmost.org.tv