Ukukhuculula UmphefumuloIsampula

Soul Detox

USUKU 20 KWEZINGU- 35

Ukuze ubhekane nalokho okuthi "uma kungenzeka lokhu" kokwesaba, kufanele ufune uNkulunkulu aze asuse ukwesaba kwakho.

Ngabe yahluke kangakanani impilo yakho ukuba bewethembela ngokugcwele uNkulunkulu futhi ubulwela ukuMfuna nsuku zonke?
Usuku 19Usuku 21

Mayelana naloluHlelo

Soul Detox

Asiwona umzimba onomphefumulo. Singumphefumulo onomzimba. Ngenkathi izwe lifundisa kahle ukuthi sikhuculule imizimba yethu, ngezinye izikhathi kudingeka sikhuculule umphefumulo wethu. Lolu hlelo lwezinsuku ezingu-35 luzokusiza ukuba ubone ukuthi yini exhoza emphefumulweni wakho, futhi yini evimbe endleleni yakho yokuba ngumuntu uNkulunkulu akudalele ukuba ube nguye. Uzofunda eZwini likaNkulunkulu ukuthi ungayinqanda kanjani lemithelela elimazayo futhi wamukele impilo ehlanzekile yomphefumulo wakho.

More

Sithanda ukubonga uPastor Craig Groeschel ne-Life.Church ngokusinikeza lolu hlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church.tv