Ukukhuculula UmphefumuloIsampula

Soul Detox

USUKU 23 KWEZINGU- 35

Amanga anobuthi iningi lethu eliwakholwayo ingoba wonke omunye umuntu uyawakholwa, kusilungele thina futhi asilimaze. Eqinisweni, ukuthi uma wonke umuntu enza into, akusho ukuthi isilungelo ngokomoya.

Uyibone kanjani imithelela enobuthi empilweni yakho ithinta ubuhlobo bakho noNkulunkulu kanye nabanye?
Usuku 22Usuku 24

Mayelana naloluHlelo

Soul Detox

Asiwona umzimba onomphefumulo. Singumphefumulo onomzimba. Ngenkathi izwe lifundisa kahle ukuthi sikhuculule imizimba yethu, ngezinye izikhathi kudingeka sikhuculule umphefumulo wethu. Lolu hlelo lwezinsuku ezingu-35 luzokusiza ukuba ubone ukuthi yini exhoza emphefumulweni wakho, futhi yini evimbe endleleni yakho yokuba ngumuntu uNkulunkulu akudalele ukuba ube nguye. Uzofunda eZwini likaNkulunkulu ukuthi ungayinqanda kanjani lemithelela elimazayo futhi wamukele impilo ehlanzekile yomphefumulo wakho.

More

Sithanda ukubonga uPastor Craig Groeschel ne-Life.Church ngokusinikeza lolu hlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church.tv