Ukukhuculula UmphefumuloIsampula

Soul Detox

USUKU 27 KWEZINGU- 35

Lapho sitolika konke ngokweZwi likaNkulunkulu nokuhlanzeka kweqiniso laKhe, sizobona ukuthi kunezinto eziningi abantu abazenzayo ezingasisondeli kuNkulunkulu. Yingakho kubalulekile ukuthi sivivinye yonke into ngokuvumelana neZwi likaNkulunkulu ngoba iBhayibheli liqukethe iqiniso eliphelele. Izwi likaNkulunkulu kufanele libe yisiqondiso sethu.

Ucabanga ukuthi kungani kunzima kangaka ukuhlunga ubuthi bamasiko emphakathini wanamuhla?
Usuku 26Usuku 28

Mayelana naloluHlelo

Soul Detox

Asiwona umzimba onomphefumulo. Singumphefumulo onomzimba. Ngenkathi izwe lifundisa kahle ukuthi sikhuculule imizimba yethu, ngezinye izikhathi kudingeka sikhuculule umphefumulo wethu. Lolu hlelo lwezinsuku ezingu-35 luzokusiza ukuba ubone ukuthi yini exhoza emphefumulweni wakho, futhi yini evimbe endleleni yakho yokuba ngumuntu uNkulunkulu akudalele ukuba ube nguye. Uzofunda eZwini likaNkulunkulu ukuthi ungayinqanda kanjani lemithelela elimazayo futhi wamukele impilo ehlanzekile yomphefumulo wakho.

More

Sithanda ukubonga uPastor Craig Groeschel ne-Life.Church ngokusinikeza lolu hlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church.tv