Ukukhuculula UmphefumuloIsampula

Abantu abasempilweni yakho bangaba enye yezinsika zangokomoya ezibaluleke kakhulu noma bangaba esinye seziqalekiso zakho esibi kakhulu. Lobo budlelwane obuyisiqalekiso kuwe bunobuthi. Leli viki ufunda eZwini likaNkulunkulu mayelana nezingozi zobudlelwane obunobuthi kanye nokubaluleka kokuzikaka ngabantu abalungile.
"Iviyo elibi libolisa isimilo esihle." Chaza ngesikhathi lapho uhlangabezane nalesi sexwayiso empilweni yakho. Yini owayifunda kuleso sigameko sakho?
"Iviyo elibi libolisa isimilo esihle." Chaza ngesikhathi lapho uhlangabezane nalesi sexwayiso empilweni yakho. Yini owayifunda kuleso sigameko sakho?
UmBhalo
Mayelana naloluHlelo

Asiwona umzimba onomphefumulo. Singumphefumulo onomzimba. Ngenkathi izwe lifundisa kahle ukuthi sikhuculule imizimba yethu, ngezinye izikhathi kudingeka sikhuculule umphefumulo wethu. Lolu hlelo lwezinsuku ezingu-35 luzokusiza ukuba ubone ukuthi yini exhoza emphefumulweni wakho, futhi yini evimbe endleleni yakho yokuba ngumuntu uNkulunkulu akudalele ukuba ube nguye. Uzofunda eZwini likaNkulunkulu ukuthi ungayinqanda kanjani lemithelela elimazayo futhi wamukele impilo ehlanzekile yomphefumulo wakho.
More
Sithanda ukubonga uPastor Craig Groeschel ne-Life.Church ngokusinikeza lolu hlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church.tv