Ukukhuculula UmphefumuloIsampula

Soul Detox

USUKU 34 KWEZINGU- 35

Ngisho noma kungase kungabi lula, ubuhlobo bakho obunobuthi bungase bukhule buze bube ingozi ngangokuthi kungadingeka ubuqede. Namuhla uzofunda okunye okuvela eZwini likaNkulunkulu ukuthi kungani ngezinye izikhathi kudingeka ukuqeda ubuhlobo obunobuthi, nezibonelo zobuhlobo ezinobuthi obaphela.

Kungani ucabanga ukuthi sivame ukuba nobuhlobo obunobuthi obuningi ezimpilweni zethu esikhundleni sobuhlobo obunempilo?
Usuku 33Usuku 35

Mayelana naloluHlelo

Soul Detox

Asiwona umzimba onomphefumulo. Singumphefumulo onomzimba. Ngenkathi izwe lifundisa kahle ukuthi sikhuculule imizimba yethu, ngezinye izikhathi kudingeka sikhuculule umphefumulo wethu. Lolu hlelo lwezinsuku ezingu-35 luzokusiza ukuba ubone ukuthi yini exhoza emphefumulweni wakho, futhi yini evimbe endleleni yakho yokuba ngumuntu uNkulunkulu akudalele ukuba ube nguye. Uzofunda eZwini likaNkulunkulu ukuthi ungayinqanda kanjani lemithelela elimazayo futhi wamukele impilo ehlanzekile yomphefumulo wakho.

More

Sithanda ukubonga uPastor Craig Groeschel ne-Life.Church ngokusinikeza lolu hlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church.tv