Ukukhuculula UmphefumuloIsampula

Umathewu 16 usikhombisa enye yezindlela zokuphatha ubuhlobo obunobuthi ukubeka imingcele evile kanje ngalendlela uJesu enza ngayo uPetru. Kungase kudingeke utshele lowo muntu ukuthi ngeke umvumele akhulume nawe noma akuphathe ngendlela enobuthi, noma kungase kudingeke ukuba umtshele ukuthi ngeke nje uye endaweni enobuthi ebuhlotsheni bakho naye.
Yiziphi izinhlobo zemingcele odinga ukuyisungula ebudlelwaneni bakho? Uzoyibeka kanjani lemingcele na?
Yiziphi izinhlobo zemingcele odinga ukuyisungula ebudlelwaneni bakho? Uzoyibeka kanjani lemingcele na?
UmBhalo
Mayelana naloluHlelo

Asiwona umzimba onomphefumulo. Singumphefumulo onomzimba. Ngenkathi izwe lifundisa kahle ukuthi sikhuculule imizimba yethu, ngezinye izikhathi kudingeka sikhuculule umphefumulo wethu. Lolu hlelo lwezinsuku ezingu-35 luzokusiza ukuba ubone ukuthi yini exhoza emphefumulweni wakho, futhi yini evimbe endleleni yakho yokuba ngumuntu uNkulunkulu akudalele ukuba ube nguye. Uzofunda eZwini likaNkulunkulu ukuthi ungayinqanda kanjani lemithelela elimazayo futhi wamukele impilo ehlanzekile yomphefumulo wakho.
More
Sithanda ukubonga uPastor Craig Groeschel ne-Life.Church ngokusinikeza lolu hlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church.tv