Ukukhuculula UmphefumuloIsampula

Soul Detox

USUKU 19 KWEZINGU- 35

Ukuze ubhekane nalokho okuthi "uma kungase" okulethwa ukwesaba, kufanele uvume ukwesaba kwakho bese ukhethe ukuthembela kuNkulunkulu.

Yiziphi izinto ezikuvimbela ekuboneni ukwesaba kwakho nokubeka ithemba lakho ngokugcwele kuNkulunkulu?
Usuku 18Usuku 20

Mayelana naloluHlelo

Soul Detox

Asiwona umzimba onomphefumulo. Singumphefumulo onomzimba. Ngenkathi izwe lifundisa kahle ukuthi sikhuculule imizimba yethu, ngezinye izikhathi kudingeka sikhuculule umphefumulo wethu. Lolu hlelo lwezinsuku ezingu-35 luzokusiza ukuba ubone ukuthi yini exhoza emphefumulweni wakho, futhi yini evimbe endleleni yakho yokuba ngumuntu uNkulunkulu akudalele ukuba ube nguye. Uzofunda eZwini likaNkulunkulu ukuthi ungayinqanda kanjani lemithelela elimazayo futhi wamukele impilo ehlanzekile yomphefumulo wakho.

More

Sithanda ukubonga uPastor Craig Groeschel ne-Life.Church ngokusinikeza lolu hlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church.tv