Ukukhuculula UmphefumuloIsampula

Soul Detox

USUKU 15 KWEZINGU- 35

Sivame ukukhubazeka ngokusaba okungenangqondo okwenzakayo ngezinye izikhathi. Kunokuba siphile ngokholwa, siphila ngokwesaba. Ukwesaba okunobuthi kungalimaza izimpilo zethu futhi kusiphuce injabulo yethu. Kuleliviki uzofunda lokho iZwi likaNkulunkulu elikushoyo ngokwesaba okunobuthi nokuthi kufanele sinhekane kanjani nabo.

Ubone kunjani ukwesaba kwakho, lapho kuthinta izenzo zakho nemicabango yakho?
Usuku 14Usuku 16

Mayelana naloluHlelo

Soul Detox

Asiwona umzimba onomphefumulo. Singumphefumulo onomzimba. Ngenkathi izwe lifundisa kahle ukuthi sikhuculule imizimba yethu, ngezinye izikhathi kudingeka sikhuculule umphefumulo wethu. Lolu hlelo lwezinsuku ezingu-35 luzokusiza ukuba ubone ukuthi yini exhoza emphefumulweni wakho, futhi yini evimbe endleleni yakho yokuba ngumuntu uNkulunkulu akudalele ukuba ube nguye. Uzofunda eZwini likaNkulunkulu ukuthi ungayinqanda kanjani lemithelela elimazayo futhi wamukele impilo ehlanzekile yomphefumulo wakho.

More

Sithanda ukubonga uPastor Craig Groeschel ne-Life.Church ngokusinikeza lolu hlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church.tv