Ukukhuculula UmphefumuloIsampula

Soul Detox

USUKU 11 KWEZINGU- 35

Ungafaki amagama anobuthi abanye abakhuluma ngawe. Esikhundleni salokho, qapha inhliziyo yakho ngokumelene namazwi anobuthi, futhi ngawo wonke amathuba owatholayo, khuluma amagama anikeza ukuphila.

Kungani ucabanga ukuthi sivame ukukhuluma amagama anobuthi kakhulu kunamazwi anikeza ukuphila ngisho nalapho singaqondanga?
Usuku 10Usuku 12

Mayelana naloluHlelo

Soul Detox

Asiwona umzimba onomphefumulo. Singumphefumulo onomzimba. Ngenkathi izwe lifundisa kahle ukuthi sikhuculule imizimba yethu, ngezinye izikhathi kudingeka sikhuculule umphefumulo wethu. Lolu hlelo lwezinsuku ezingu-35 luzokusiza ukuba ubone ukuthi yini exhoza emphefumulweni wakho, futhi yini evimbe endleleni yakho yokuba ngumuntu uNkulunkulu akudalele ukuba ube nguye. Uzofunda eZwini likaNkulunkulu ukuthi ungayinqanda kanjani lemithelela elimazayo futhi wamukele impilo ehlanzekile yomphefumulo wakho.

More

Sithanda ukubonga uPastor Craig Groeschel ne-Life.Church ngokusinikeza lolu hlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church.tv