Ukukhuculula UmphefumuloIsampula

Soul Detox

USUKU 10 KWEZINGU- 35

Ngisho njengoba uzama ukuyeka ukusho amazwi anobuthi kwabanye, usazobhekana namagama anobuthi ashiwo kuwe. Ngenxa yalokho, kufanele wenze lokho iZwi likaNkulunkulu lisitshela ukuba sikwenze lapho abanye bekhuluma amazwi anobuthi kithi: kufanele uqaphele inhliziyo yakho ngokumelene nawo.

Uzoqapha kanjani inhliziyo yakho ngokumelene namazwi anobuthi?
Usuku 9Usuku 11

Mayelana naloluHlelo

Soul Detox

Asiwona umzimba onomphefumulo. Singumphefumulo onomzimba. Ngenkathi izwe lifundisa kahle ukuthi sikhuculule imizimba yethu, ngezinye izikhathi kudingeka sikhuculule umphefumulo wethu. Lolu hlelo lwezinsuku ezingu-35 luzokusiza ukuba ubone ukuthi yini exhoza emphefumulweni wakho, futhi yini evimbe endleleni yakho yokuba ngumuntu uNkulunkulu akudalele ukuba ube nguye. Uzofunda eZwini likaNkulunkulu ukuthi ungayinqanda kanjani lemithelela elimazayo futhi wamukele impilo ehlanzekile yomphefumulo wakho.

More

Sithanda ukubonga uPastor Craig Groeschel ne-Life.Church ngokusinikeza lolu hlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church.tv