Ukukhuculula UmphefumuloIsampula

Soul Detox

USUKU 12 KWEZINGU- 35

Izwi likaNkulunkulu lisinikeza isiyazo esibaluleke kakhulu okumele sonke sisithathe futhi sisihloniphe. Leso siyalo ukukhuluma amazwi anikezela ukuphila kwabanye ithuba nethuba esilitholayo.

Ngubani okudingeka uqale ukukhuluma amagama anikeza ukuphila? Uzokwenza kanjani lokhu?
Usuku 11Usuku 13

Mayelana naloluHlelo

Soul Detox

Asiwona umzimba onomphefumulo. Singumphefumulo onomzimba. Ngenkathi izwe lifundisa kahle ukuthi sikhuculule imizimba yethu, ngezinye izikhathi kudingeka sikhuculule umphefumulo wethu. Lolu hlelo lwezinsuku ezingu-35 luzokusiza ukuba ubone ukuthi yini exhoza emphefumulweni wakho, futhi yini evimbe endleleni yakho yokuba ngumuntu uNkulunkulu akudalele ukuba ube nguye. Uzofunda eZwini likaNkulunkulu ukuthi ungayinqanda kanjani lemithelela elimazayo futhi wamukele impilo ehlanzekile yomphefumulo wakho.

More

Sithanda ukubonga uPastor Craig Groeschel ne-Life.Church ngokusinikeza lolu hlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church.tv