KhulekaIsampula
Kungani sithandaza ngokuzwakalayo uma uNkulunkulu ezwa imicabango yethu? Enye, igcina izingqondo zethu zingazulazuli! Futhi okwesibili, kungaqinisa futhi kukhuthaze labo abalalele. Njengoba siqala isonto lesibili lokuthandaza nsuku zonke, khuleka ngokuzwakalayo-ikakhulukazi uma unomuntu othandaza naye. namuhla, thandazela amandla nesikhuthazo kulabo abahlushwa ushushiso emhlabeni wonke.
UmBhalo
Mayelana naloluHlelo
Indlela enhle yokwakha impilo yakho yomkhuleko ukufunda ngemikhuleko yabanye. Lelisu lisenza silalele imikhuleko yamaqhawe eBhayibheli ezimweni ezahlukene kanye nezinjongo ezahlukene, futhi lenzelwe ukuhambisana nochungechunge lwemiyalezo ethi Thandaza kaCraig Groeschel. (Ungayibuka ku-inthanethi ku- life.church) Ungakhuleki uwedwa; funda lokhu okuqukethwe kanye neqembu lakho elincane.
More