KhulekaIsampula

Pray

USUKU 14 KWEZINGU- 24

Kungenzeka ukuthi ubusezindaweni ezimnyama—kodwa awukaze ube sesiswini somkhomo. Noma yisiphi isimo yisimo esifanele sokuthulula inhliziyo yakho kuNkulunkulu. Zindla ngokuthile okujulile nokumnyama okukukhathazayo futhi ukhale kuNkulunkulu ngokunxusela insindiso ngobuqotho.

Usuku 13Usuku 15

Mayelana naloluHlelo

Pray

Indlela enhle yokwakha impilo yakho yomkhuleko ukufunda ngemikhuleko yabanye. Lelisu lisenza silalele imikhuleko yamaqhawe eBhayibheli ezimweni ezahlukene kanye nezinjongo ezahlukene, futhi lenzelwe ukuhambisana nochungechunge lwemiyalezo ethi Thandaza kaCraig Groeschel. (Ungayibuka ku-inthanethi ku- life.church) Ungakhuleki uwedwa; funda lokhu okuqukethwe kanye neqembu lakho elincane.

More

Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusinikeza lendlela yokufunda. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church

Izinhlelo zohlobo olufanayo