KhulekaIsampula

Pray

USUKU 13 KWEZINGU- 24

Ezweni lethu lanamuhla, ukubhekana nezitha kungase kungabonakali ngendlela okwakubukeka ngayo kuHezekiya, kodwa singathandazela ukukhululwa njengoba enza. uma ungazizwa uzungeziwe njengamanje, thandazela labo emhlabeni wethu abadinga kakhulu ukukhululwa kukaNkulunkulu—labo abasemphakathini wakini abadinga ukukhululwa endleleni yokuphila yesono noma ukulutheka, noma labo emhlabeni wonke abasengozini ngokomzimba.

Mayelana naloluHlelo

Pray

Indlela enhle yokwakha impilo yakho yomkhuleko ukufunda ngemikhuleko yabanye. Lelisu lisenza silalele imikhuleko yamaqhawe eBhayibheli ezimweni ezahlukene kanye nezinjongo ezahlukene, futhi lenzelwe ukuhambisana nochungechunge lwemiyalezo ethi Thandaza kaCraig Groeschel. (Ungayibuka ku-inthanethi ku- life.church) Ungakhuleki uwedwa; funda lokhu okuqukethwe kanye neqembu lakho elincane.

More

Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusinikeza lendlela yokufunda. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church

Izinhlelo zohlobo olufanayo