KhulekaIsampula

Pray

USUKU 12 KWEZINGU- 24

Yeka usizi olwaluphuma emithandazweni kaHana usuku nosuku! Ubuhlungu bokulangazelela umntwana nguNkulunkulu kuphela ongamduduza ngempela. Uma wena noma othile omaziyo ewudinga lo mthandazo, zinike isikhathi sokubathandazela namuhla. Khulekela labo abanhliziyo zabo zibuhlungu ngenxa yosizi.

Usuku 11Usuku 13

Mayelana naloluHlelo

Pray

Indlela enhle yokwakha impilo yakho yomkhuleko ukufunda ngemikhuleko yabanye. Lelisu lisenza silalele imikhuleko yamaqhawe eBhayibheli ezimweni ezahlukene kanye nezinjongo ezahlukene, futhi lenzelwe ukuhambisana nochungechunge lwemiyalezo ethi Thandaza kaCraig Groeschel. (Ungayibuka ku-inthanethi ku- life.church) Ungakhuleki uwedwa; funda lokhu okuqukethwe kanye neqembu lakho elincane.

More

Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusinikeza lendlela yokufunda. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church

Izinhlelo zohlobo olufanayo