KhulekaIsampula

Ngalolu hlelo, silalele imithandazo evela kwezinye izingqalabutho zeBhayibheli. Kodwa nanku umcabango oshukumisa ingqondo—uMoya oNgcwele kaNkulunkulu uyasithandazela. Kungenzeka singazi kahle ukuthi lokho kusebenza kanjani, kodwa kuwuhlobo olujabulisayo lomkhuleko. hlala uthule isikhashana namuhla uzindla ngalesi sithembiso esimangalisayo. Cela uNkulunkulu ukuthi akwenze wazi imicabango nemithandazo uMoya oNgcwele anayo ngawe.
UmBhalo
Mayelana naloluHlelo

Indlela enhle yokwakha impilo yakho yomkhuleko ukufunda ngemikhuleko yabanye. Lelisu lisenza silalele imikhuleko yamaqhawe eBhayibheli ezimweni ezahlukene kanye nezinjongo ezahlukene, futhi lenzelwe ukuhambisana nochungechunge lwemiyalezo ethi Thandaza kaCraig Groeschel. (Ungayibuka ku-inthanethi ku- life.church) Ungakhuleki uwedwa; funda lokhu okuqukethwe kanye neqembu lakho elincane.
More