KhulekaIsampula

Pray

USUKU 22 KWEZINGU- 24

Ukuqonda kuyisipho esibalulekile uMoya oNgcwele asinika sona. Sonke siyalidinga ikhono lokwenza ukwahlulela okuhle. Thandaza ukuthi uNkulunkulu akunikeze umbono ocacile wento engacacile kuwe. Thandaza ukuthi akusize ubone ukuthi yini engamlethela inkazimulo esimweni sakho samanje.

Usuku 21Usuku 23

Mayelana naloluHlelo

Pray

Indlela enhle yokwakha impilo yakho yomkhuleko ukufunda ngemikhuleko yabanye. Lelisu lisenza silalele imikhuleko yamaqhawe eBhayibheli ezimweni ezahlukene kanye nezinjongo ezahlukene, futhi lenzelwe ukuhambisana nochungechunge lwemiyalezo ethi Thandaza kaCraig Groeschel. (Ungayibuka ku-inthanethi ku- life.church) Ungakhuleki uwedwa; funda lokhu okuqukethwe kanye neqembu lakho elincane.

More

Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusinikeza lendlela yokufunda. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church

Izinhlelo zohlobo olufanayo