KhulekaIsampula
![Pray](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F1554%2F1280x720.jpg&w=3840&q=75)
Umthandazo ungaba umdlalo othintana nawo ngokugcwele. Ujoshuwa walala phansi ngobuso, waklebhula izingubo zakhe, wazithela ngothuli ekhanda ukuze adlulisele usizi lwakhe kuNkulunkulu. Noma yini ofuna ukuyiletha kuNkulunkulu ngomthandazo, zama okunye okuhlukile—lala ngobuso bakho ngenkathi uthandaza. bese uhlala lapho futhi ulalele isikhashana.
UmBhalo
Mayelana naloluHlelo
![Pray](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F1554%2F1280x720.jpg&w=3840&q=75)
Indlela enhle yokwakha impilo yakho yomkhuleko ukufunda ngemikhuleko yabanye. Lelisu lisenza silalele imikhuleko yamaqhawe eBhayibheli ezimweni ezahlukene kanye nezinjongo ezahlukene, futhi lenzelwe ukuhambisana nochungechunge lwemiyalezo ethi Thandaza kaCraig Groeschel. (Ungayibuka ku-inthanethi ku- life.church) Ungakhuleki uwedwa; funda lokhu okuqukethwe kanye neqembu lakho elincane.
More
Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusinikeza lendlela yokufunda. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church