KhulekaIsampula
![Pray](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F1554%2F1280x720.jpg&w=3840&q=75)
Uma uNkulunkulu ekunika noma yisiphi isifiso, ungacela ukuhlakanipha na? Usolomoni wenza kanjalo. Ibhayibheli lithembisa kuJakobe 1 ukuthi uNkulunkulu unikeza ukuhlakanipha lapho ucela. Cabanga ngendawo yokuphila kwakho lapho udinga ngempela uhlobo lukaNkulunkulu lokuhlakanipha, futhi ukucele.
UmBhalo
Mayelana naloluHlelo
![Pray](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F1554%2F1280x720.jpg&w=3840&q=75)
Indlela enhle yokwakha impilo yakho yomkhuleko ukufunda ngemikhuleko yabanye. Lelisu lisenza silalele imikhuleko yamaqhawe eBhayibheli ezimweni ezahlukene kanye nezinjongo ezahlukene, futhi lenzelwe ukuhambisana nochungechunge lwemiyalezo ethi Thandaza kaCraig Groeschel. (Ungayibuka ku-inthanethi ku- life.church) Ungakhuleki uwedwa; funda lokhu okuqukethwe kanye neqembu lakho elincane.
More
Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusinikeza lendlela yokufunda. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church