KhulekaIsampula

Pray

USUKU 23 KWEZINGU- 24

Indlela esiphila ngayo kufanele ibe nobufakazi bomsebenzi kaKristu kithi—njengesithelo sibonisa ukuthi siwuhlobo luni lwesihlahla nokuthi sinempilo kangakanani. Thandaza namuhla ukuthi siphile izimpilo zethu ngendlela efanele uJesu. Thandaza ukuthi iBandla liphakamise uJesu futhi libonise umhlaba ukuthi unjani ngempela.

Usuku 22Usuku 24

Mayelana naloluHlelo

Pray

Indlela enhle yokwakha impilo yakho yomkhuleko ukufunda ngemikhuleko yabanye. Lelisu lisenza silalele imikhuleko yamaqhawe eBhayibheli ezimweni ezahlukene kanye nezinjongo ezahlukene, futhi lenzelwe ukuhambisana nochungechunge lwemiyalezo ethi Thandaza kaCraig Groeschel. (Ungayibuka ku-inthanethi ku- life.church) Ungakhuleki uwedwa; funda lokhu okuqukethwe kanye neqembu lakho elincane.

More

Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusinikeza lendlela yokufunda. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church

Izinhlelo zohlobo olufanayo