KhulekaIsampula

Pray

USUKU 20 KWEZINGU- 24

Unkulunkulu wabeka udaba enhliziyweni kaNehemiya. Unehemiya wavumela usizi lwezindonga zomuzi wakubo owawudilikile lwangena ngaphakathi, wabe esethandaza ecela umusa kaNkulunkulu ukuba amvumele abe yingxenye yoshintsho. Thandazela udaba oluthandekayo enhliziyweni yakho ucele uNkulunkulu ukuthi akusize uhole icala.

Usuku 19Usuku 21

Mayelana naloluHlelo

Pray

Indlela enhle yokwakha impilo yakho yomkhuleko ukufunda ngemikhuleko yabanye. Lelisu lisenza silalele imikhuleko yamaqhawe eBhayibheli ezimweni ezahlukene kanye nezinjongo ezahlukene, futhi lenzelwe ukuhambisana nochungechunge lwemiyalezo ethi Thandaza kaCraig Groeschel. (Ungayibuka ku-inthanethi ku- life.church) Ungakhuleki uwedwa; funda lokhu okuqukethwe kanye neqembu lakho elincane.

More

Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusinikeza lendlela yokufunda. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church

Izinhlelo zohlobo olufanayo