KhulekaIsampula

Lapho sithandazela kakhulu ubulungiswa, kulapho sibona khona ukuthi siyingxenye enkulu yobulungiswa. Unkulunkulu angaletha ubulungiswa obungaphezu kwemvelo ngokuqinisekile. Khulekela lokho namuhla. Kodwa futhi thandazela ukuthi akubonise ezinye izindlela ongaletha ngazo ubulungiswa kulabo abasemibuthanweni yakho.
UmBhalo
Mayelana naloluHlelo

Indlela enhle yokwakha impilo yakho yomkhuleko ukufunda ngemikhuleko yabanye. Lelisu lisenza silalele imikhuleko yamaqhawe eBhayibheli ezimweni ezahlukene kanye nezinjongo ezahlukene, futhi lenzelwe ukuhambisana nochungechunge lwemiyalezo ethi Thandaza kaCraig Groeschel. (Ungayibuka ku-inthanethi ku- life.church) Ungakhuleki uwedwa; funda lokhu okuqukethwe kanye neqembu lakho elincane.
More
Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusinikeza lendlela yokufunda. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church