KhulekaIsampula

“Uma nje uzokwenza into eyodwa, Nkulunkulu, ngizokukhonza!” Lo mthandazo usunamakhulu eminyaka ukhona. Noma uzizwa kabi ngokukhuleka kwalomkhuleko, ungaqhubeka ufunde futhi ubone uNkulunkulu ewuphendula kuGidiyoni. Thandazela isiqondiso esicacile namuhla.
UmBhalo
Mayelana naloluHlelo

Indlela enhle yokwakha impilo yakho yomkhuleko ukufunda ngemikhuleko yabanye. Lelisu lisenza silalele imikhuleko yamaqhawe eBhayibheli ezimweni ezahlukene kanye nezinjongo ezahlukene, futhi lenzelwe ukuhambisana nochungechunge lwemiyalezo ethi Thandaza kaCraig Groeschel. (Ungayibuka ku-inthanethi ku- life.church) Ungakhuleki uwedwa; funda lokhu okuqukethwe kanye neqembu lakho elincane.
More
Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusinikeza lendlela yokufunda. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church