Oswald Chambers: Ukuthula- Impilo kuMoyaIsampula

Oswald Chambers: Peace - Life in the Spirit

USUKU 16 KWEZINGU- 30

Uma eqeda ukufika uMoya oNgcwele siyaqala sibone ukuthi kusho ukuthini - Kudingeka ukuthi kuhlanzwe konke okungekona kuka Nkulunkulu. Abantu bayamangala bathi, "Ngicele uMoya oNgcwele ngilindele ukuthi uzoletha injabulo noxolo, kodwa yilokhu ngibe nesikhathi esinzima kusukela lapho. Lokho uphawu lokuthi ufikile, Uguqula "ushintshiswano lwezimali," lokho kusho ukuthi, izinto ezenza ithempeli libe yindawo yohwebisano lokuziqhenya.

Yiba nomshosha phansi. Hlakanipha. yekelela ngendlela yobugebengu uzobe sewuthola yonke into ibe ngaphansi kolawulo lwakho. Yileyo indlela okuncike kuyo uxolo lwezwe. Silubiza ngokuthi "umshosha phansi". UJesu wabambelela ekukholweni kuNkulunkulu nakuba kwakunokulingeka okwakunobuhlakani obabuvela nhlangothi zonke ngaphandle kwasekumeni ku Moya kaNkulunkulu.

Imibuzo yokuzindla: Kuphazamiseka kuni okulethwa uJesu empolweni yami? Yini afuna ukuyikhuculula ayilahlele ngaphandle? Yiliphi ithemba engilibeka kumshosha phansi?

Izicaphuno zithathwe ku Servant as His Lord, © Discovery House Publishers
Usuku 15Usuku 17

Mayelana naloluHlelo

Oswald Chambers: Peace - Life in the Spirit

Ukuthula: Impilo kuMoya ingumgcinimafa okhuthazayo wezingcaphuno kwimisebenzi ka Oswald Chambers, umbhali othandekayo nozinikele kumhlaba wonke futhi ongumbhali we My utmost for His Highest. Thola ukuphumula kuNkulunkulu mase uthola ukuqonda okujulile kokubaluleka kokuthula kukaNkulunkulu empilweni yakho.

More

Sithanda ukubonga i Discovery House Publishers ngokunikeza ngalolu Hlelo. Ngeminiye imininingwan, sicela uvakashele: www.utmost.org.tv