Ukuzila izinsuku ezi-21Isampula
![21 Day Fast](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F35%2F1280x720.jpg&w=3840&q=75)
Nomangabe ujule kangakanani manje, ngena futhi ekujuleni. Ungakhathazeki ngokuthi yini ebamanzi. Ungayeki lapho usafinyelela endaweni la izinyawo zakho zifinyelela khona. Yemuka. Yini obambelele kuyo? YIni ekwenza uthandabuze ukuthi uphile impilo yokukholwa futhi eholwa nguMoya. Unamathele ekuzikhohliseni ngokuthi uyakwazi ukuzilawula? Ngena ngakho konke. Thandaza namhlanje ukuthi lokukuzila kube isiqalo sobudlelwano obujulile noNkulunkulu. Thandazela ukuthi Aqhubeke akubizele ekujuleni ayilawule nempilo yakho.
UmBhalo
Mayelana naloluHlelo
![21 Day Fast](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F35%2F1280x720.jpg&w=3840&q=75)
Qala unyaka wakho omusha ngokufuna indlela yokuzila kwakho ukuthi ibe ngekaMoya. Leliplani liqukethe imibhalo emayelana nokuzila neminye ekhuthaza ukuzihlola nokusondela kuNkulunkulu. Izinsuku ezingamashumi amabili naye, uzothola iZwi elivela eBhayibhelini, elihambisana namagama anokukusiza ukuzinikela, imibuzo yokuzihlola nomkhuleko ongagxila kuwo. Ukuthola okuningi kunalokhu, vakashela u www.finds.life.church.
More
We'd like to thank Life.Church for their generosity in providing the structure for the 21 Day Fast reading plan.