Ukuzila izinsuku ezi-21Isampula
Kunalokho vula inhliziyo yakho. Ungaqeda ngamandla uma ukhala, uzile , uvule inhliziyo yakho kakhulu uvume amandla kaNkulunkulu nobukhona bakhe buthathe impilo yakho. Tshela uNkulunkulu namhlanje ukuthi uletha inhliziyo yakho phambi komusa Wakhe, ukuzwelana, nothando olingapheli. Cela ukuba akuphe ugqozi lokuhlanganyela nempi yakhe. Cela ukuba akuvule amehlo kumaphupho nemibono.Kunalokho hlephula inhliziyo yakho.
UmBhalo
Mayelana naloluHlelo
Qala unyaka wakho omusha ngokufuna indlela yokuzila kwakho ukuthi ibe ngekaMoya. Leliplani liqukethe imibhalo emayelana nokuzila neminye ekhuthaza ukuzihlola nokusondela kuNkulunkulu. Izinsuku ezingamashumi amabili naye, uzothola iZwi elivela eBhayibhelini, elihambisana namagama anokukusiza ukuzinikela, imibuzo yokuzihlola nomkhuleko ongagxila kuwo. Ukuthola okuningi kunalokhu, vakashela u www.finds.life.church.
More
We'd like to thank Life.Church for their generosity in providing the structure for the 21 Day Fast reading plan.