Ukuzila izinsuku ezi-21Isampula

21 Day Fast

USUKU 16 KWEZINGU- 21

Isihloko sesifundo sanamuhla Ihubo lokuthemba ngokungenakwesaba kuNkulunkulu. Likhuluma ngokufuna into eyodwa. Kulesisikhathi sokufuna, kulula ukufuna izinto kuNkulunkulu konokufuna Yena- ukufuna isandla saKhe kunokufuna ubuso baKhe. Cabanga ngomehluko phakathi kokuza enkosini ukwanga isandla sayo nokuza kubaba onothando ukwanga ubuso bakhe. UNkulunkulu uyiNkosi noBaba kithina. Uyakwazi ukuhlangabezana nezidingo zethu nokuphendula imikhuleko yethu. Kodwa ukuthanda ngokujule kakhulu kunokucabanga kwakho. Uma ufuna ubuso baKhe, ugcina ume eduze kakhulu Kuye. Thandazela ukufuna ubuso bukaNkulunkulu namuhla nokusondela kuYe kakhulu kunakuqala.

UmBhalo

Usuku 15Usuku 17

Mayelana naloluHlelo

21 Day Fast

Qala unyaka wakho omusha ngokufuna indlela yokuzila kwakho ukuthi ibe ngekaMoya. Leliplani liqukethe imibhalo emayelana nokuzila neminye ekhuthaza ukuzihlola nokusondela kuNkulunkulu. Izinsuku ezingamashumi amabili naye, uzothola iZwi elivela eBhayibhelini, elihambisana namagama anokukusiza ukuzinikela, imibuzo yokuzihlola nomkhuleko ongagxila kuwo. Ukuthola okuningi kunalokhu, vakashela u www.finds.life.church.

More

We'd like to thank Life.Church for their generosity in providing the structure for the 21 Day Fast reading plan.