Ukuzila izinsuku ezi-21Isampula

21 Day Fast

USUKU 19 KWEZINGU- 21

Ingabe inhliziyo nenyama yakho kuphelelwa amandla? Njengoba usuphothula inkonzo yokuzila, zindla ngenjabulo ephuphumayo yokuhlala naYe usuku lulunye emasangweni endlu yaKhe. Mudumise ngezindlela okhula ngazo nangokumfuna kwakho. Noma ngabe ukuphi, funda lelihubo ngephimbo lakho namuhla kube umthandazo wakho kuNkulunkulu. Lenze libe ngelakho noma wengeze kulo. Licule kakhulu noma ulihlebeze.

UmBhalo

Usuku 18Usuku 20

Mayelana naloluHlelo

21 Day Fast

Qala unyaka wakho omusha ngokufuna indlela yokuzila kwakho ukuthi ibe ngekaMoya. Leliplani liqukethe imibhalo emayelana nokuzila neminye ekhuthaza ukuzihlola nokusondela kuNkulunkulu. Izinsuku ezingamashumi amabili naye, uzothola iZwi elivela eBhayibhelini, elihambisana namagama anokukusiza ukuzinikela, imibuzo yokuzihlola nomkhuleko ongagxila kuwo. Ukuthola okuningi kunalokhu, vakashela u www.finds.life.church.

More

We'd like to thank Life.Church for their generosity in providing the structure for the 21 Day Fast reading plan.