Ukuzila izinsuku ezi-21Isampula

21 Day Fast

USUKU 20 KWEZINGU- 21

Ucabanga ukuqhubeka ngenkonzo yokuzila noma uqala ukuzijwayeza ukuzila izikhathi ngesikhathi? Kulombhalo abantu bebethandabuza ngokuqhubeka ngekhalenda youkuzila ababenayo neNkosi iyaphendula ngoZakhariya. Kusukela ngesikhathi sikaMose, uNkulunkulu wabeka ikhalenda egcwele yokuzila namadili. Omabili ayebelwe ukudonsela abantu baKhe kuYe. Uma ukusondela kuNkulunkulu kuyinjongo yakho njalonjalo, izikhathi zokuzila nezamadili zingabangcwele kuNkulunkulu. Thatha isikhathi ukuvumela uNkulunkulu ukuba akhulume nawe ngesikhathi sakho sokuzila. Cela kuNkulunkulu ukuthi akusize akuvezele izindlela ukuzila kwakho okukuthambise inhliziyo yakho ngazo futhi kwakwenza wabaphatha ngokuhlukile abanye.
Usuku 19Usuku 21

Mayelana naloluHlelo

21 Day Fast

Qala unyaka wakho omusha ngokufuna indlela yokuzila kwakho ukuthi ibe ngekaMoya. Leliplani liqukethe imibhalo emayelana nokuzila neminye ekhuthaza ukuzihlola nokusondela kuNkulunkulu. Izinsuku ezingamashumi amabili naye, uzothola iZwi elivela eBhayibhelini, elihambisana namagama anokukusiza ukuzinikela, imibuzo yokuzihlola nomkhuleko ongagxila kuwo. Ukuthola okuningi kunalokhu, vakashela u www.finds.life.church.

More

We'd like to thank Life.Church for their generosity in providing the structure for the 21 Day Fast reading plan.