KhulekaIsampula
Akukho esingakwenza okungasusa icala namahloni ethu. Kodwa njengoDavide, sisengakwazi ukuza kuNkulunkulu ngomthandazo ngemva kwezono zethu ezimbi kakhulu futhi sithole ithuba lesibili. Thandaza kuNkulunkulu ukuthi akunike isiqalo esisha nenhliziyo ehlanzekile. Thandazela umusa kaNkulunkulu kanye nesiqalo esisha kulabo abasemishadweni enezinkinga.
UmBhalo
Mayelana naloluHlelo
Indlela enhle yokwakha impilo yakho yomkhuleko ukufunda ngemikhuleko yabanye. Lelisu lisenza silalele imikhuleko yamaqhawe eBhayibheli ezimweni ezahlukene kanye nezinjongo ezahlukene, futhi lenzelwe ukuhambisana nochungechunge lwemiyalezo ethi Thandaza kaCraig Groeschel. (Ungayibuka ku-inthanethi ku- life.church) Ungakhuleki uwedwa; funda lokhu okuqukethwe kanye neqembu lakho elincane.
More
Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusinikeza lendlela yokufunda. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church