KhulekaIsampula

Pray

USUKU 5 KWEZINGU- 24

Kwesinye isikhathi umthandazo umayelana nokubonga. Cabanga ngezindlela uNkulunkulu akubusise ngazo wena nomndeni wakho. Zinike isikhathi sokubala izindlela uNkulunkulu akubusise ngazo futhi ubonge uNkulunkulu ngomkhuleko ngokukufikisa kuze kube manje. Asikhulekele isizukulwane samakholwa esizovuka sihole ibandla. Thandazela ukuthi uNkulunkulu alethe amanani amangalisayo abaholi ukuze bahole izingane nabafundi ukuba bazi uKristu.

Usuku 4Usuku 6

Mayelana naloluHlelo

Pray

Indlela enhle yokwakha impilo yakho yomkhuleko ukufunda ngemikhuleko yabanye. Lelisu lisenza silalele imikhuleko yamaqhawe eBhayibheli ezimweni ezahlukene kanye nezinjongo ezahlukene, futhi lenzelwe ukuhambisana nochungechunge lwemiyalezo ethi Thandaza kaCraig Groeschel. (Ungayibuka ku-inthanethi ku- life.church) Ungakhuleki uwedwa; funda lokhu okuqukethwe kanye neqembu lakho elincane.

More

Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusinikeza lendlela yokufunda. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church

Izinhlelo zohlobo olufanayo