KhulekaIsampula

Pray

USUKU 4 KWEZINGU- 24

Ngisho noma isizwe sonke singaphenduki, iBhayibheli libonisa izibonelo ezimbalwa zomuntu oyedwa othandazela intethelelo kaNkulunkulu kubantu bakubo. Namuhla, chitha isikhathi esithile uphenduke ngenxa yezono zesizwe sakho futhi ucele uNkulunkulu ukuthi abonise umusa wakhe ezweni lakho.

Usuku 3Usuku 5

Mayelana naloluHlelo

Pray

Indlela enhle yokwakha impilo yakho yomkhuleko ukufunda ngemikhuleko yabanye. Lelisu lisenza silalele imikhuleko yamaqhawe eBhayibheli ezimweni ezahlukene kanye nezinjongo ezahlukene, futhi lenzelwe ukuhambisana nochungechunge lwemiyalezo ethi Thandaza kaCraig Groeschel. (Ungayibuka ku-inthanethi ku- life.church) Ungakhuleki uwedwa; funda lokhu okuqukethwe kanye neqembu lakho elincane.

More

Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusinikeza lendlela yokufunda. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church

Izinhlelo zohlobo olufanayo