Indaba yePhasikaIsampula

UMGQIBELO
Owesifazane waphula imbizana yakhe futhi wathululela wonke amakha akhe. Ngokokhulu ukukhululeka, wachitha yonke into eyayiyigugu kuye. Ukuphula imbizana yakhe kwenza isiqiniseko sokuthi alikho ithuba lokugcina ingxenye yamakha ukuze awasebenzise ngokwakhe ngaleso sikhathi, noma esikhathini esilandelayo. Wanikeza konke ayenakho-okwedlule, okwamanje, nokwakusasa-kuYe. UJesu wathi abantu bayokhumbula uthando lwakhe oluphawulekayo kuze kube phakade. Khona-ke esidlweni sokugcina, lawo mazwi afanayo avela futhi. Waphula umzimba waKhe wathululela igazi laKhe ngathi. Ngalesi sikhathi lapho ufunda uJesu ethi, "Yenzani lokhu ukuba ningikhumbule," ningamane nje nisuke nicabange izithombe zamakhekhe nejusi lamagilebhisi. Bheka inhlanganyelo engcwele njengesithombe salokho esitusa ukuba sikwenze. Wayesitusa ukuba senze lokho aYekwenzile: ukuphulwa nokuthululwa. Ngena uthi shi. Ungashiyi lutho olulondoloziwe. Lahla ukulawula ngokuphelele. Yilokho okungakhumbuza ngeqiniso lokho uJesu akwenza. Hhayi ukwazisa isiko, kodwa kube yisikhumbuzo. Empilweni yakho uku- "phulwa futhi kuchithwe" kubonakala kuyini kuwena?

Mayelana naloluHlelo

Ungalisebenzisa kanjani isonto lokugcina empilweni yakho ukuba bosowazi ukuthi kungelokugcina lokuphila kwakho? Ngesonto lokugcina uJesu esemhlabeni njengomuntu laligcwele izikhathi ezingakhohlweki, iziprofetho ezagcwaliseka, umthandazo esondele, ingxoxo ejulile, izenzo ezinomfanekiso, nezenzakalo ezishintsha umhlaba. Lwakhelwe ukuqala ngoMsombuluko ngaphambi kwePhasika, usuku ngalunye lwale-Life.Church Bible Plan lukukhapha kulendaba evelayo yesonto elingcwele.
More
Sithanda ukubonga i-Life.Church ngokusinikeza lohlelo. Ngemininingwane eminye nge-Life Church, sicela uvakashele: www.life.church.tv
Izinhlelo zohlobo olufanayo

Ukukhumbula konke uNkulunkulu akwenzileyo

Ukukhuculula Umphefumulo

Izenzo Zokuhlambuluka

Ukubona Ukuvuselelwa KukaNkulunkulu

Imizwa Engcwele - Izimpendulo ZeBhayibheli Kuzo Zonke Izinselelo

Ukusebenzisa isikhathi sakho kuNkulunkulu

UElisha: Indatshana Yokukholwa Okumangazayo