Indaba yePhasikaIsampula

UMSOMBULUKO
Le ndima ibonisa enye yezinhloso ezibalulekile zokuphila kukaJesu emhlabeni, ukuba isibonelo sokuthi uNkulunkulu ufuna siphili kanjani. UJesu wathi, "Yenza njengoga ngenza." Into emangazayo ngalomyalelo ukuthi uza nesithembiso samandla okuthi uwuphile. UJesu akasecile nje ukuthi sizame ukuphila njengeNdodana kaNkulunkulu ngamandla ethu - Ukuvuswa kwakhe kwasinika amandla intuba yokuthola amandla akhe. Namuhla, zindla ngesibonelo uKristu asishiyela sona. Ukugeza izinyawo kubonakala kanjani ebuhlotsheni bakho nabanye kanye nakwezinye izimo? Ungabasebenzela kanjani abanye ngale ndlela elula kajengoba uJesu enza kubangani baKhe?

Mayelana naloluHlelo

Ungalisebenzisa kanjani isonto lokugcina empilweni yakho ukuba bosowazi ukuthi kungelokugcina lokuphila kwakho? Ngesonto lokugcina uJesu esemhlabeni njengomuntu laligcwele izikhathi ezingakhohlweki, iziprofetho ezagcwaliseka, umthandazo esondele, ingxoxo ejulile, izenzo ezinomfanekiso, nezenzakalo ezishintsha umhlaba. Lwakhelwe ukuqala ngoMsombuluko ngaphambi kwePhasika, usuku ngalunye lwale-Life.Church Bible Plan lukukhapha kulendaba evelayo yesonto elingcwele.
More
Sithanda ukubonga i-Life.Church ngokusinikeza lohlelo. Ngemininingwane eminye nge-Life Church, sicela uvakashele: www.life.church.tv
Izinhlelo zohlobo olufanayo

Ukukhumbula konke uNkulunkulu akwenzileyo

Ukukhuculula Umphefumulo

Izenzo Zokuhlambuluka

Ukubona Ukuvuselelwa KukaNkulunkulu

Imizwa Engcwele - Izimpendulo ZeBhayibheli Kuzo Zonke Izinselelo

Ukusebenzisa isikhathi sakho kuNkulunkulu

UElisha: Indatshana Yokukholwa Okumangazayo