Indaba yePhasikaIsampula

OLWESINE
Zibeke endaweni yabalandeli bokuqala bakaKristu ababekhona ekufeni kwaKhe. Inhliziyo yakho ingaphuka. Ingqondo yakho ingagijima. Lokhu akukona neze okwakufanele kwenzeke eNkosini yamaJuda. Wayefanele enze konke kube kahle. Achibiyele lokho okwakuphukile. Abuyisela okulahlekile. Kodwa manje, kubonakala sengathi konke kulahlekile. Konke kuphukile. Akukho okulungile. Thatha isikhathi esithe xaxa namuhla uzame ukuhlala kuleso sikhala phakathi kwesiphambano nasethuneni elingenalutho. Ngemuva kokuhamba kwethemba. Ngaphambi kokuba umusa ufike. Sebenzisa leyo mizwa ukukhuthaza umthandazo wakho wumuntu omaziyo ukuthi uhlala kuleso sikhala nsuku zonke. Cela uNkulunkulu akubonise indlela yokufinyelela kubona futhi ubameme kwimugubho yakho yePhasika kule mpelasonto.

Mayelana naloluHlelo

Ungalisebenzisa kanjani isonto lokugcina empilweni yakho ukuba bosowazi ukuthi kungelokugcina lokuphila kwakho? Ngesonto lokugcina uJesu esemhlabeni njengomuntu laligcwele izikhathi ezingakhohlweki, iziprofetho ezagcwaliseka, umthandazo esondele, ingxoxo ejulile, izenzo ezinomfanekiso, nezenzakalo ezishintsha umhlaba. Lwakhelwe ukuqala ngoMsombuluko ngaphambi kwePhasika, usuku ngalunye lwale-Life.Church Bible Plan lukukhapha kulendaba evelayo yesonto elingcwele.
More
Sithanda ukubonga i-Life.Church ngokusinikeza lohlelo. Ngemininingwane eminye nge-Life Church, sicela uvakashele: www.life.church.tv
Izinhlelo zohlobo olufanayo

Ukukhumbula konke uNkulunkulu akwenzileyo

Ukukhuculula Umphefumulo

Izenzo Zokuhlambuluka

Ukubona Ukuvuselelwa KukaNkulunkulu

Imizwa Engcwele - Izimpendulo ZeBhayibheli Kuzo Zonke Izinselelo

Ukusebenzisa isikhathi sakho kuNkulunkulu

UElisha: Indatshana Yokukholwa Okumangazayo