Indaba yePhasikaIsampula

ULWESIHLANU
UPawulu wabhala kwabaseFilipi 3 ukuthi ufuna "ukuze ngimazi yena, namandla okuvuka kwakhe, nokuhlanganyela ezinhluphekweni zakhe, ngimfuze ngokufa kwaKhe." Nakuba kubonakala kungenakwenzeka ukufuna ukuzwa lesi simo esesabekayo, isimangaliso le ndaba esinikeza sona ukuthi singamazi ngempela uKristu. Uma sibheka uxolo, injabulo, ukuthula, nomusa okhanyayo khona kulo lonke udlame, ungabubona ubuhle bokufana naye ekufeni kwaKhe. Ukuphila kwaKhe kwakulula kangakanani nje ethembele kuNkulunkulu ngokuphelele. Wayengento okwakumele ayinakekele emhlabeni ngaphandle kuka mama wakhe lowo amthembela kumngane wakhe omkhulu. Impahla yakhe kuphela kwakuyijazi elawela kubagadi ababegembula. Lobo ubulula. Lokho ukugxila okucacile. Ukuzinikela enjongweni kaNkulunkulu. Ukuthembela okuphelele kuYise waKhe. Leyo into ongayilangazelela.

Mayelana naloluHlelo

Ungalisebenzisa kanjani isonto lokugcina empilweni yakho ukuba bosowazi ukuthi kungelokugcina lokuphila kwakho? Ngesonto lokugcina uJesu esemhlabeni njengomuntu laligcwele izikhathi ezingakhohlweki, iziprofetho ezagcwaliseka, umthandazo esondele, ingxoxo ejulile, izenzo ezinomfanekiso, nezenzakalo ezishintsha umhlaba. Lwakhelwe ukuqala ngoMsombuluko ngaphambi kwePhasika, usuku ngalunye lwale-Life.Church Bible Plan lukukhapha kulendaba evelayo yesonto elingcwele.
More
Sithanda ukubonga i-Life.Church ngokusinikeza lohlelo. Ngemininingwane eminye nge-Life Church, sicela uvakashele: www.life.church.tv
Izinhlelo zohlobo olufanayo

Ukukhumbula konke uNkulunkulu akwenzileyo

Ukukhuculula Umphefumulo

Izenzo Zokuhlambuluka

Ukubona Ukuvuselelwa KukaNkulunkulu

Imizwa Engcwele - Izimpendulo ZeBhayibheli Kuzo Zonke Izinselelo

Ukusebenzisa isikhathi sakho kuNkulunkulu

UElisha: Indatshana Yokukholwa Okumangazayo