Indaba yePhasikaIsampula

The Story of Easter

USUKU 3 KWEZINGU- 7

OLWESITHATHU

UJesu wayenesicelo sokugcina. Wayazi ukuthi okwakubhekene naye ngosuku olulandelayo, kodwa umthandazo Wakhe wokugcina wawungewona owoqobo lwaKhe, kodwa kwakungowakho. Wethu sonke. UJesu wathandazela abalandeli baKhe. Umthandazo kaJesu uyiwindi elimangalisayo entandweni kaNkulunkulu ngathi. Yiba impendulo yomthandazo kaJesu kuleli sonto. Funda umthandazo wakhe umzila ngomzila ukuze ubone ukuthi kanjani. Kulempelasonto, njengoba iSonto lonke lihlangana ukugubha ukuvuka kwaKhe, ake sibheke izindlela zokuba munye noNkulunkulu kanye nomunye nomunye. Yenza umthandazo kaJesu ube umthandazo wakho, ukuthi izwe lizobona inkazimulo yaKhe bese liyamazi ngobunye bethu nothando lukaNkulunkulu.
Usuku 2Usuku 4

Mayelana naloluHlelo

The Story of Easter

Ungalisebenzisa kanjani isonto lokugcina empilweni yakho ukuba bosowazi ukuthi kungelokugcina lokuphila kwakho? Ngesonto lokugcina uJesu esemhlabeni njengomuntu laligcwele izikhathi ezingakhohlweki, iziprofetho ezagcwaliseka, umthandazo esondele, ingxoxo ejulile, izenzo ezinomfanekiso, nezenzakalo ezishintsha umhlaba. Lwakhelwe ukuqala ngoMsombuluko ngaphambi kwePhasika, usuku ngalunye lwale-Life.Church Bible Plan lukukhapha kulendaba evelayo yesonto elingcwele.

More

Sithanda ukubonga i-Life.Church ngokusinikeza lohlelo. Ngemininingwane eminye nge-Life Church, sicela uvakashele: www.life.church.tv