Ukuqiniseka noLisa BevereIsampula
![Adamant With Lisa Bevere](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F11418%2F1280x720.jpg&w=3840&q=75)
UNkulunkulu uthi kuwe, “Uqinisekile.” Akunandaba ukuthi uzizwa ungaqinisekile njengamanje; ugoqwe ngomsebenzi ongenakubhidlika kaKhristu. Lalela ezinye zezinto uNkulunkulu azimemezela kuwe namuhla:
Ungoqinisekile waMi, uqinile kodwa kuyabonakale ngale kwakho- abantu bakubuka babone uKhristu.
Ungoqinisekile waMi—uMoya kaKhristu uhlala kuwena ukukwenza unganyakazizwa.
Ungoqinisekile waMi—unomoya womlilo!
UJesu weza ukusibhabhatisa ngoMoya Oyingcwele nangomlilo. Ilon umbhabhatiso ekumele siwamukele. Uma sesizelwe kabusha, izinhliziyo sethu ezingenampilo zivuswa ukukhazimula nomlilo wiothando lwaKhe lwaphakade.
Awuzazi ukuthi ubukeka kanjani kwelikamoya. Ucabanga ukuthi ukhuluma amazwi kuphela, kodwa ukuluma umlilo! Ukhuluma izinto ezihlukanisa nokukhanya neqiniso amanga esitha akade ekubantu isikhathi eside. Ukhuluma umlilo oncibilikisa amaketanga. Kumele ume eqinisweni.
Isipho sempilo yakho sinjengomlilo. Ungasidedeli. Phefumlela emalahleni uwenze umlilo wokheleke kakhulu! Abanye bayawudinga lowomlilo ukuthi ushe ukhanye phakathi kwakh nakuwe, ngoba ungumntwana waKhe, ozelwe kabusha ngemvelo yaKhe.
UNkulunkulu ukhuluma nawe ngendlela obayiyo, hhayi oyiyo. Uyalikholwa uhlelo lwaKhe ngempilo yakho. Njaloke, yiziphi izinto okumele uyeke (noma uqale) ukuzikhuluma ngawe?
Uma ulithandile loluhlelo, ngiyagqugquzela ukuthi ujule ngokubuka incwadi yami entshaAdamant: Finding Truth in a Universe of Opinions.
Mayelana naloluHlelo
![Adamant With Lisa Bevere](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F11418%2F1280x720.jpg&w=3840&q=75)
Liyini iqiniso? Isiko ukuthenga amanga awukuthi iqiniso liwumfula, isiphethu nokuhambisana nokuhamba kwesikhathi. Kodwa iqiniso akusiwo unfula- liyidwala. Futhi ulwandle olunamandla lwemibono, loluhlelo luzokusiza ukwesekela umoya wakho- likunike indlela ekhanyayo kulomhlaba ophithizelayo.
More