UElisha: Indatshana Yokukholwa OkumangazayoIsampula

Elisha: A Tale Of Ridiculous Faith

USUKU 7 KWEZINGU- 13

2 Amakhosi 4:38-44, uElisha uyaqhubeka ukusebenza izimangaliso efana nekaJesu. Esimangalisweni sokuqala, uElisha ucolisa ushevu osesitshulwini esasenzelwe abaphrofethi. Isimangaliso sesibili siveza uElisha ephindaphinda izinkwa ezi-20 ukuba zisuthise amadoda angu-100. Lesisimangaliso ziyisibonakaliso sikaNkulunkulu ehlangabezana nezidingo zabantu ngoElisha. Kungenzeka ukuthi kukhona isitshulu esinoshevu uNkulunkulu athumele ukuphilisa kuso. Kungenzeka bekuyisimo senyama noma esenhliziyo noma sengqondo. Mhlawumbe kunotho olunoshevu empilweni yakho njengamanje ongakwazi ukukususa ngokwakho futhi okungasuswa amandla kaNkulunkulu. Njengoba enza ngesitshulu, uNkulunkulu angasusa noma ngabe imuphi ushevu empilweni yakho futhi akwenze uphile ube musha. Imuphi ushevu uNkulunkulu akuphilise kuwo empilweni yakho? Imuphi ushevu odinga uNkulunkulu uNkulunkulu akuphilise kuwo empilweni yakho manje?
Usuku 6Usuku 8

Mayelana naloluHlelo

Elisha: A Tale Of Ridiculous Faith

UElisha ungomunye wabantu abanohlonze eZwini likaNkulunkulu. Wayengumphrofethi okholo lwakhe nemimangaliso ayenza yayingakholweki. Kuloluhlelo lokufunda lwezinsuku ezi-13 uzofunda ngempilo kaElisha futhi ufunde emzekelweni wakhe wokuthi impilo ingaba njani uma uyekelela futhi uphile ngkukholwa okungakholweki.

More

We would like to thank Pastor Craig Groeschel and Life.Church for providing this plan. For more information, please visit: www.Life.Church