UElisha: Indatshana Yokukholwa OkumangazayoIsampula
2 Amakhosi 8:1-6 indaba yokuhlangana ngokungahleliwe. Kulendima sibona ukubuya kowesifazane waseShunemi ondodana yakhe yavuswa ekufeni nguElisha ku 2 Amakhosi 4. Lowesifazane ubuyela kwaIsrayeli ngenxa yendlala. Uma ebuya ukuzobona inkosi ungena ngesikhathi inceku kaElisha uGehazi itshela inkosi ukuthi indodana yakhe lomame yavuswa kwabafileyo. Ngalowomzuzu yokuhlangana okungahleliwe inkosi ibuyisela lowesifazane umhlaba wakhe. KuNkulunkulu akukho ukuhlangana ngephutha.
Cabanga ngalezozimo ezinjalo empilweni yakho. Uma ubheka emuva uzobona uNkulunkulu esemsebenzini nokuthi owakubona kuyimihlangano engahleliwe neyiphutha kwakuyimihlangano ewawuhlelwe uNkulunkulu. NGaphezu kwalokho, kumele usesimweni sokulindela leyomihlangano ehlelwe ngaphezulu ngoba uNkulunkulu usazoyihlela. Iba nesibindi ekukholweni kwakho futhi esikhundleni sokulinda ukuthi uNkulunkulu ayilethe "leyomihlangano" empilweni yakho, qala umcele uNkulunkulu ukuthi ayilethe njalo empilweni yakho. Khumbula, ayikho imihlangano engahleliwe noma eyingozi uma uvulelekile ekusetshenzisweni uNkulunkulu. Chaza isikhathi lapho waba khona nokuhlangano okungahleliwe. Wambona esebenza kanjani uNkulunkulu kuleso simo?

UmBhalo
Mayelana naloluHlelo
UElisha ungomunye wabantu abanohlonze eZwini likaNkulunkulu. Wayengumphrofethi okholo lwakhe nemimangaliso ayenza yayingakholweki. Kuloluhlelo lokufunda lwezinsuku ezi-13 uzofunda ngempilo kaElisha futhi ufunde emzekelweni wakhe wokuthi impilo ingaba njani uma uyekelela futhi uphile ngkukholwa okungakholweki.
More
We would like to thank Pastor Craig Groeschel and Life.Church for providing this plan. For more information, please visit: www.Life.Church